Abesifazane be IfP bathi uhulumeni akakuthathele izinyathelo ukuhlukunyezwa kwabezifazane nezingane

By Sbusiso Zondo Uphiko lwabesifazane ngaphansi kweqembu Inkatha Freedom Part (IFP), namuhla luhambele emndenini wakwaNtuli oKhahlamba, emva kokuba kulomndeni kudlule emhlabeni owesifazane okusolwa ukuba ubulawe owesilisa obenobudlelwano…

Kwethulwe imoto eneHhovisi lentsha elingumahamba nendlwana

By Nqubeko FM Kwethulwe ngokusemthethweni osukwini lwayizolo imoto engumahamba nendlwana enehhovisi phakathi elinama laptops kanye neData yamahhala ezosiza kakhulu abantu abasha abakhele isifunda UThukela District Municipality. Ongusomlomo…

UThukela lubabaza eyokudayiswa kwezikhala zemisebenzi

uMasipala uThukela uthi ushaqekile ukuzwa ukuthi izikhala zomsebenzi ezikhangisiwe oThukela seziyadayisa, umkhandlu uThukela ukhiphe izikhala zemisebenzi ezahlukahlukene ezingaphezu kwekhulu ngaphansi komasipala basoThukela bobathathu i-Alfred Duma, Inkosi Langalibalele,…

UMaspala i-Alfred Duma ubambe izingxoxo nabakhubazekile eMnambithi.