Elinye ifu elimnyama endimeni yezomculo kuleli

Ilokhu ingene njalo imiyalezo yenduduzo emva kokwedlula emhlabeni kwesihlabani somculo wokholo uDeborah Frazer. Ufrazer wodumo lwengoma ethi Hamba sathane nezinye eziningi, udlule emhlabeni ngesonto mhla ka 15…

Livulele amaphoyisa aseNewcastle icala iKhansela laseBergville

By Sbusiso Zondo uKhansela uTiza Khoza wakwa Ward 15 eBergville uthi kugasele amaphoyisa ophiko lwe POP aseNewcastle ngolwesithathu ngethuba zehora le-23h00 ekhaya lakhe nokho afika engekho, “okwenzekile…

Bahanjelwe uNgqongqoshe abakhahlanyezwe imvula eMnambithi

By Ntuthuko Majola Ungqongqoshe wezokubusa ngokubambisana nabaholi bomdabu KwaZulu Natal uMnuz Sipho Hlomuka uhambele umkhandlu uThukela Namuhla, lapho ebehamba ehlola khona ubungako bomonakalo odalwe izimvula ezithathe iskhathi…

UThukela lubabaza eyokudayiswa kwezikhala zemisebenzi

uMasipala uThukela uthi ushaqekile ukuzwa ukuthi izikhala zomsebenzi ezikhangisiwe oThukela seziyadayisa, umkhandlu uThukela ukhiphe izikhala zemisebenzi ezahlukahlukene ezingaphezu kwekhulu ngaphansi komasipala basoThukela bobathathu i-Alfred Duma, Inkosi Langalibalele,…

UMaspala i-Alfred Duma ubambe izingxoxo nabakhubazekile eMnambithi.