konke kumi ngomumo ngama SALGA GAMES eNewcastle

Nqubeko FM News Athulwe ngokusemthethweni ama SALGA GAMES namuhla emaJuba District Municipality, lomcimbi ubanjelwe eNewcastle eTheku Plaza. Ngemuva kweminyaka emithathu lemidlalo yamiswa ngenxa ye Covid 19, uMeya…

Ungenele umbhikisho umphakathi waseNtabamhlophe

By Mpho Ndaba Umphakathi wase Ntabamhlophe endaweni yase Escourt uvale umgwaqo ubhikishela ukungabikhona kwamanzi kulendawo yase Ntabamhlophe. Lama lunga alomphakathi akhala ngokuthi sebekhathele ukukhalaza ngendaba yamanzi kepha…

Ithule inkulumo ebibhekiswe esizweni okokuqala iNkosi yabeNtungwa Kholwa

By Innocent Sithole Inkosi Khumala izolo bekungokokuqala ethula inkulumo ayibhekise esizweni sayo solokhu yabekwe ngokusemthetheni ungqongqoshe womnyango wezokubusa ngokubambisano nobuholi bomdabu KwaZulu Natal uMnuz. Sipho Hlomuka ngo…

BATHOLAKALE SEBESHONILE ABAMINZA EWOODSTOCK DAM

Nqubeko FM News UKhansela Sanele Buthelezi waseWard 9 eBergville ubonge umphakathi emva kokutholakala kwezinsizwa ezimbili ezaminza edamini. UKhansela Buthelezi uthi laba batholakale sebentanta emanzini namuhla kanye nayizolo….

ABAHOLI BAHAMBELE UMPHAKATHI OSUNQUME UKUHLALA NGAPHANDLE KWE-WOODSTOCK DAM

By Sbusiso Zondo Usomlomo waso oThukela District Municipality Cllr Lihle Nqubuka uCllr SV Shabalala, u Cllr Hlongwane Othukela district municipality namhlanje bavakashele umphakathi waseZwelisha eward 9 ovelelwe…

I-IFP ithi azinasisekelo izinsolo ezibhekiswe kusekela Meya wase Inkosi Langalibalele Municipality

Nqubeko Fm News Inkatha Freedom Part (IFP) ikhiphe istatimende iphawula ngezinsolo ezibhekiswe kusekela Meya wase Inkosi Langalibalele Local Municipality zokuba yingxenye yabasolwa ababambe inkunzi imoto yemali emgwaqeni…

kunxuswa abesilisa bapheze ukuhlukumeza abesifazane kulandela ukubulawa kowesifazane wase C2

By Sibusiso Zondo Ubuholi bomkhandlu UThukela District Municipality bujube usomlomo woMkhandlu Cllr Lihle Nqubuka, Kanye noCllr SV Shabalala Usomlomo undlulise amazwi enduduzo unxuse kakhulu uhulumeni ukuthi angenelele…

UBE YIMPUMELELO UMCIMBI WOKUTHUTHUKISA ABAFUNDI NGOLIMI LESILUNGU.

By Nondu Nhlapho Isikole samabanga aphansi uMnambithi Primary school eSteadville sibambe uhlelo olubizwa nge Spelling Bee. Inhloso yomcimbi bewukuthuthukisa ulimi lwesilungu okuyi First Additional language kubafundi bakulesikole…

Kuphazamiseke ukufunda esikoleni saseMazizini eBergville

By Sbusiso Zondo Abafundi namalunga esigingu sabazali abangamele isikole, othisha bakulesikole, kanye namalunga omphakathi, bahlanganyele ndawonye bavala ngqi ngamatshe nangezihlahla imigwaqo engenela eBusingatha bekhala ngamanzi angabonwa nangokhalo…

Umaspala iAlfred Duma uzophenya ukufaneleka kwabasebenzi ezikhundleni abakuzo

By Ntutho Majola|Sibusiso Zondo Umayor We Alfred Duma Municipality uCllr Zama Sibisi ubenesithangami sabezindaba namuhla ngenhloso yokwethula inkampani yabameli abazocwaninga abasebenzi bakaMasipala ukuba ngabe bahleli ezikhundleni ezifanele…