Abafundi bayabhikisha eMnambithi Tvet Bakhala ngezinsiza zokufunda

Nqubeko FM News Bangenele umbhikisho abafundi besikhungo semfundo ephakeme eMnambithi Tvet, edolobheni namuhla ekuseni kanti eZakheni izolo. Esikhungweni esisedolobheni abafundi bathi lokhu kungenxa yokunganeliseki ngezinsiza zokufunda, bathi…

Badutshulwe bashona abasolwa ababambe inkunzi eEscourt

By Nqubeko FM Izolo ngezikhathi zokugamanxa kwehora les-5 amadoda angaziwa agasele istolo seseMtshezi maphakathi nedolobha abamba inkunzi lapho athathe khona omakhalekhukhwini kanye nemali, babe sebebaleka ngemoto. ngokwestatimende…

Ungenele umbhikisho umphakathi waseNtabamhlophe

By Mpho Ndaba Umphakathi wase Ntabamhlophe endaweni yase Escourt uvale umgwaqo ubhikishela ukungabikhona kwamanzi kulendawo yase Ntabamhlophe. Lama lunga alomphakathi akhala ngokuthi sebekhathele ukukhalaza ngendaba yamanzi kepha…

Ungqongqoshe uMnuz Fikile Mbalula udlulise amazwi enduduzo emndenini kasekela wakhe uNkk Chikunga

By Nqubeko FM News Umndeni kasekela Ngqongqoshe wezokuthutha kuleli uNkk Sindisiwe Chikunga uhambisana noMnyango wezokuthutha oholwa uMnuz Fikile Mbalula uhambele indawo yesigameko kuN11 ngaphandle kancane kwaseMnambithi lapho…

Uvuke wavala umgwaqo umphakathi waseMtshezi ukhala ngezidingongqangi

By Thabani Chonco Akuhambeki ku mgwaqo u R103 edolobheni lase Estcourt nalapho umphakathi wase Phaphakhulu, Fordaville nase Sgodlweni uvale umgwaqo ongena nophuma kulelidolobha. Umphakathi ukhala ngokungabibikho kwamanzi…

ABAHOLI BAHAMBELE UMPHAKATHI OSUNQUME UKUHLALA NGAPHANDLE KWE-WOODSTOCK DAM

By Sbusiso Zondo Usomlomo waso oThukela District Municipality Cllr Lihle Nqubuka uCllr SV Shabalala, u Cllr Hlongwane Othukela district municipality namhlanje bavakashele umphakathi waseZwelisha eward 9 ovelelwe…

KUYAQHUBEKA UKUTHUNGATHWA KWABAMINZE EDAMINI EBERGVILLE NGESONTO ELEDLULE

By Innocent Sithole Sekungenelwe osukwini lwesikhombisa ukuthungathwa kwabantu ababili besilisa abaminze edamini lase Bergville i-Woodstock Dam ngesonto eledlule ngolwesihlanu. kusolwa ukuthi laba bobabili babekade bedoba kulelidamu besebenzisa…

I-IFP ithi azinasisekelo izinsolo ezibhekiswe kusekela Meya wase Inkosi Langalibalele Municipality

Nqubeko Fm News Inkatha Freedom Part (IFP) ikhiphe istatimende iphawula ngezinsolo ezibhekiswe kusekela Meya wase Inkosi Langalibalele Local Municipality zokuba yingxenye yabasolwa ababambe inkunzi imoto yemali emgwaqeni…

kunxuswa abesilisa bapheze ukuhlukumeza abesifazane kulandela ukubulawa kowesifazane wase C2

By Sibusiso Zondo Ubuholi bomkhandlu UThukela District Municipality bujube usomlomo woMkhandlu Cllr Lihle Nqubuka, Kanye noCllr SV Shabalala Usomlomo undlulise amazwi enduduzo unxuse kakhulu uhulumeni ukuthi angenelele…

Umphakathi ongeneme unike iNkanyezi Special School uhlu lwezikhalo

Amanye amalunga omphakathi aweneme ngabakubiza ngokuqashwa kwabantu bangaphandle bese abendawo beshaywe indiva eskoleni iNkanyezi Special School. Umphakathi uphinde ukhale ngokuthi amalungu eSGB akusiwona awase Steadville, lomphakathi uthi…