Isiphakamise ngokusemthethweni isicoco i-FC Drakensberg

By Thabani Sipho Chonco Kube yinjabulo yodwa kwi FC Drakensberg inqoba isicoco seWise Group Men’s Regional League ngaphansi kwe-UThukela Football Association. I-Drakensburg inqobe isicoco salesigaba ngamaphuzu angu…

Izosongwa ngegiya eliphezulu imidlalo ye Wise Group Mens Regional League kulempelasonto

By Thabani Sipho Chonco lena impela sonto enkulu ebholeni lezinyawo esigabeni i-Wise Group Mens Regional League ngaphansi koThukela Football Association njengoba kuzobe kuchonywa uphaphe legwalagwala ompetha balesigaba…

Iphucwe iqatha emlonyeni iNatal Witness

By Thabani Sipho Chonco Ukhala engashayiwe umqeqeshi weNatal Witness uWandile Nkala ohola leliqembu eliyibamba kwi Wise group men’s Regional League ngaphansi kwe-UThukela Football Association, ezakhe eziphucwe iqatha…

Zizobe zibulalana ebholeni lezinyawo kulempelasonto eMnambithi

By Thabani Sipho Chonco Zizobe zibondiwe edolobheni laseMnambithi ezinkundleni ezahlukene nokuyi AG Magubane Stadium kanye neKandahar Stadium. e-AG Magubane Stadium kuzobe kunemidlalo emithathu kanti eKandahar izobe imibili….

Uthembisa lukhulu umgijimi waseMnambithi emva kokunqoba u21KM ngesonto

UMgijimi waseMnambithi ePhayekeni uZinhle Shabalala uthi usebheke ukugijima kwiDurban International Marathon ngomhlaka 8 May. Ukusho lokhu ngemuva kokugila izimanga egijama eshiya abanye besifazane emjahweni iKZN Athletic Half…