Umndeni ukhala ngekhansela elakweleta iNkomo nesiKlabhu liyobonga amavoti

Spread the love

Nqubeko FM News

Ukhala uyazethulisa umndeni wakwa Hlongwane Zaaifontein kulandela ukuqolwa kwawo inkomo nesiKlabhu ikhansela le NFP Bonisiwe Biyela. Lomndeni ubikele abezindaba zeNqubeko FM ukhala ngokungakhokhelwa kuze kube imanje imali engango R18 500 owathenjiswa wona ukhansela Biyela ngesikhathi ethatha iNkomo nesiKlabhu kulomndeni eyobonga amavoti nokubungaza usuku lomama ngoNcwaba. Lomndeni uthi okuwucasula kakhulu ukuthi lokhansela wafika wazenza isihlobo washaya wachitha neNkomo wathi uyoyikhokha masekungene imali yama project akhe.

Intatheli yomsakazo ixoxisanile nokhansela ngenhloso yokuzwa uhlangothi lwakhe ngezinsolo ezibhekiswe kuye nokho unqabile ukuphawula ngaloludaba wathi akukho azokuphawula.

Related Posts

Usinde edutshulwa USotswebhu nosihlalo weMPAC

Spread the love

Spread the love      Nqubeko FM News Usinde ngokulambisa izolo USotswebhu womkhandlu wase Alfred Duma Local Municipality uCllr Sabelo Sithole eMhlumayo eFitty Park, uSithole ubehamba nosihlalo weMPAC uCllr Sudabby…

Konke sekumi ngomumo ngama SALGA GAMES eNewcastle

Spread the love

Spread the love      Nqubeko FM News Athulwe ngokusemthethweni ama SALGA GAMES namuhla emaJuba District Municipality, lomcimbi ubanjelwe eNewcastle eTheku Plaza. Ngemuva kweminyaka emithathu lemidlalo yamiswa ngenxa ye Covid…

konke kumi ngomumo ngama SALGA GAMES eNewcastle

Spread the love

Spread the love      Nqubeko FM News Athulwe ngokusemthethweni ama SALGA GAMES namuhla emaJuba District Municipality, lomcimbi ubanjelwe eNewcastle eTheku Plaza. Ngemuva kweminyaka emithathu lemidlalo yamiswa ngenxa ye Covid…

uMaspala uhlole ukuqhubeka kohlelo lwezindlu zangasese eElling Road

Spread the love

Spread the love      nqubeko FM News By Ntuthuko Majola UMayor womasipala i-Afred Duma uCllr Zama Sibisi Kanye nethimba lakhe lonke osukwini lwayizolo bahambe beyohlola inqubekela phambili ezindaweni ezahlukene…

Sizofaka isicelo sebheyili isikhulu esisolwa ngokunukubeza ngocansi umsebenzi eAlfred Duma Local Municipality

Spread the love

Spread the love      Nqubeko FM News Amaphoyisa ophiko lwe Family voilence, child protection and sexual abuse unit, aphenya icala lokunukubeza ngokocansi okusolwa khona isikhulu sikamaspala wase Alfred Duma….

kuvaleliswe izaguga zasoThukela eziyodlala eThekwini

Spread the love

Spread the love      Nqubeko FM News UMasipala uThukela namuhla luvalelise abadala njengoba bethathe uhambo oluya eThekwini beyoba yingxenye yemidlalo yabadala eyaziwa ngeGolden Games. lemidlalo eke yathatha ikhefu iminyaka…

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *