Ithule inkulumo ebibhekiswe esizweni okokuqala iNkosi yabeNtungwa Kholwa

Spread the love
Inkosi uKhumalo yesizwe sabeNtungwa Kholwa

By Innocent Sithole

Inkosi Khumala izolo bekungokokuqala ethula inkulumo ayibhekise esizweni sayo solokhu yabekwe ngokusemthetheni ungqongqoshe womnyango wezokubusa ngokubambisano nobuholi bomdabu KwaZulu Natal uMnuz. Sipho Hlomuka ngo December ngonyaka ophelile.

Inkosi ichazele isizwe ngezinhlelo zomkhandlu wayo ukuthuthukisa isizwe sabeNtungwa Kholwa kanti inkosi iphinde yathi ezinyangeni nje eziyisithupha ingenile esihlalweni ibone ukuntuleka kwamathuba omsebenzi entsheni njenganenkinga enkulu nokuthi bona abantu abasha sebelahle namasiko yathi azibuyele emasisweni.

Inkosi iphinde yanxusa nokusebenzisana namakhansela.

Related Posts

konke kumi ngomumo ngama SALGA GAMES eNewcastle

Spread the love

Spread the love      Nqubeko FM News Athulwe ngokusemthethweni ama SALGA GAMES namuhla emaJuba District Municipality, lomcimbi ubanjelwe eNewcastle eTheku Plaza. Ngemuva kweminyaka emithathu lemidlalo yamiswa ngenxa ye Covid…

Ungenele umbhikisho umphakathi waseNtabamhlophe

Spread the love

Spread the love      By Mpho Ndaba Umphakathi wase Ntabamhlophe endaweni yase Escourt uvale umgwaqo ubhikishela ukungabikhona kwamanzi kulendawo yase Ntabamhlophe. Lama lunga alomphakathi akhala ngokuthi sebekhathele ukukhalaza ngendaba…

BATHOLAKALE SEBESHONILE ABAMINZA EWOODSTOCK DAM

Spread the love

Spread the love      Nqubeko FM News UKhansela Sanele Buthelezi waseWard 9 eBergville ubonge umphakathi emva kokutholakala kwezinsizwa ezimbili ezaminza edamini. UKhansela Buthelezi uthi laba batholakale sebentanta emanzini namuhla…

ABAHOLI BAHAMBELE UMPHAKATHI OSUNQUME UKUHLALA NGAPHANDLE KWE-WOODSTOCK DAM

Spread the love

Spread the love      By Sbusiso Zondo Usomlomo waso oThukela District Municipality Cllr Lihle Nqubuka uCllr SV Shabalala, u Cllr Hlongwane Othukela district municipality namhlanje bavakashele umphakathi waseZwelisha eward…

I-IFP ithi azinasisekelo izinsolo ezibhekiswe kusekela Meya wase Inkosi Langalibalele Municipality

Spread the love

Spread the love      Nqubeko Fm News Inkatha Freedom Part (IFP) ikhiphe istatimende iphawula ngezinsolo ezibhekiswe kusekela Meya wase Inkosi Langalibalele Local Municipality zokuba yingxenye yabasolwa ababambe inkunzi imoto…

kunxuswa abesilisa bapheze ukuhlukumeza abesifazane kulandela ukubulawa kowesifazane wase C2

Spread the love

Spread the love      By Sibusiso Zondo Ubuholi bomkhandlu UThukela District Municipality bujube usomlomo woMkhandlu Cllr Lihle Nqubuka, Kanye noCllr SV Shabalala Usomlomo undlulise amazwi enduduzo unxuse kakhulu uhulumeni…

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *