Elinye ifu elimnyama endimeni yezomculo kuleli

Spread the love

Ilokhu ingene njalo imiyalezo yenduduzo emva kokwedlula emhlabeni kwesihlabani somculo wokholo uDeborah Frazer. Ufrazer wodumo lwengoma ethi Hamba sathane nezinye eziningi, udlule emhlabeni ngesonto mhla ka 15 kuMay 2022 emva kokuxinwa wukugula isikhashana ngokusho kwesitatimende esisatshalaliswe ezinkundleni zokuxhumana ngabomndeni.

Nakuba ingakaziwa kahle imbangela yokushona kwalesi sihlabani kodwa emavikini ambalwa edlule, kuke kwaba nokumangala lapho kubonakale ivideo yakhe lomculi ehamba ngesihlalo nokwenze kwasabalala amahlebezi athi uFrazer uke wahlatshwa wukugula.

Imininingwane mayelana nokufihlwa kwakhe ibingakakhishwa.

Related Posts

konke kumi ngomumo ngama SALGA GAMES eNewcastle

Spread the love

Spread the love      Nqubeko FM News Athulwe ngokusemthethweni ama SALGA GAMES namuhla emaJuba District Municipality, lomcimbi ubanjelwe eNewcastle eTheku Plaza. Ngemuva kweminyaka emithathu lemidlalo yamiswa ngenxa ye Covid…

Ungenele umbhikisho umphakathi waseNtabamhlophe

Spread the love

Spread the love      By Mpho Ndaba Umphakathi wase Ntabamhlophe endaweni yase Escourt uvale umgwaqo ubhikishela ukungabikhona kwamanzi kulendawo yase Ntabamhlophe. Lama lunga alomphakathi akhala ngokuthi sebekhathele ukukhalaza ngendaba…

Ithule inkulumo ebibhekiswe esizweni okokuqala iNkosi yabeNtungwa Kholwa

Spread the love

Spread the love      By Innocent Sithole Inkosi Khumala izolo bekungokokuqala ethula inkulumo ayibhekise esizweni sayo solokhu yabekwe ngokusemthetheni ungqongqoshe womnyango wezokubusa ngokubambisano nobuholi bomdabu KwaZulu Natal uMnuz. Sipho…

BATHOLAKALE SEBESHONILE ABAMINZA EWOODSTOCK DAM

Spread the love

Spread the love      Nqubeko FM News UKhansela Sanele Buthelezi waseWard 9 eBergville ubonge umphakathi emva kokutholakala kwezinsizwa ezimbili ezaminza edamini. UKhansela Buthelezi uthi laba batholakale sebentanta emanzini namuhla…

ABAHOLI BAHAMBELE UMPHAKATHI OSUNQUME UKUHLALA NGAPHANDLE KWE-WOODSTOCK DAM

Spread the love

Spread the love      By Sbusiso Zondo Usomlomo waso oThukela District Municipality Cllr Lihle Nqubuka uCllr SV Shabalala, u Cllr Hlongwane Othukela district municipality namhlanje bavakashele umphakathi waseZwelisha eward…

I-IFP ithi azinasisekelo izinsolo ezibhekiswe kusekela Meya wase Inkosi Langalibalele Municipality

Spread the love

Spread the love      Nqubeko Fm News Inkatha Freedom Part (IFP) ikhiphe istatimende iphawula ngezinsolo ezibhekiswe kusekela Meya wase Inkosi Langalibalele Local Municipality zokuba yingxenye yabasolwa ababambe inkunzi imoto…

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *