Ukhansela uKhoza ubonge oThisha ngemiphumela emihle kaMatikuletsheni

By Sbusiso Zondo Ukhansela wendawo uward 15 eBergville Bethany Mnuz Cllr Tiza Khoza osukwini lwanamhlanje uhambele esikoleni THOKOZA HIGH SCHOOL ngenhloso yokuyobonga othisha besikole ngomsebenzi abawenzayo kulesikole…

Isicelo sokuthi kulekelelwe umndeni wakwa-B eZakheni oshelwe umuzi

By Nqubeko FM News Usele dengwane umndeni wakwa Ndlovu kwa-B eZakheni Kwa-Ward 3 kulandela ukusha komuzi, okuyisigameko esenzeke izolo. Ongukhansela wendawo kwa-B eZakheni ka-ward 3 uNokwazi Dlamini…

Abesifazane be IfP bathi uhulumeni akakuthathele izinyathelo ukuhlukunyezwa kwabezifazane nezingane

By Sbusiso Zondo Uphiko lwabesifazane ngaphansi kweqembu Inkatha Freedom Part (IFP), namuhla luhambele emndenini wakwaNtuli oKhahlamba, emva kokuba kulomndeni kudlule emhlabeni owesifazane okusolwa ukuba ubulawe owesilisa obenobudlelwano…

Kuphazamiseke ukufunda esikoleni saseMazizini eBergville

By Sbusiso Zondo Abafundi namalunga esigingu sabazali abangamele isikole, othisha bakulesikole, kanye namalunga omphakathi, bahlanganyele ndawonye bavala ngqi ngamatshe nangezihlahla imigwaqo engenela eBusingatha bekhala ngamanzi angabonwa nangokhalo…

kuqubuke umlilo eWhy Waste

By Innocent Sithole Kume ukusebenza namuhla enkampanini iWhy Waste ngesikhathi kuqubuka umlilo. Ongomunye wabaphathi kulendawo ongathandanga ukuzisho igama lakhe uthe imbangela yalomlilo okwamanje abakayazi kanti nophenyo luzoqhubeka….

Umaspala iAlfred Duma uzophenya ukufaneleka kwabasebenzi ezikhundleni abakuzo

By Ntutho Majola|Sibusiso Zondo Umayor We Alfred Duma Municipality uCllr Zama Sibisi ubenesithangami sabezindaba namuhla ngenhloso yokwethula inkampani yabameli abazocwaninga abasebenzi bakaMasipala ukuba ngabe bahleli ezikhundleni ezifanele…

Isiphakamise ngokusemthethweni isicoco i-FC Drakensberg

By Thabani Sipho Chonco Kube yinjabulo yodwa kwi FC Drakensberg inqoba isicoco seWise Group Men’s Regional League ngaphansi kwe-UThukela Football Association. I-Drakensburg inqobe isicoco salesigaba ngamaphuzu angu…

Elinye ifu elimnyama endimeni yezomculo kuleli

Ilokhu ingene njalo imiyalezo yenduduzo emva kokwedlula emhlabeni kwesihlabani somculo wokholo uDeborah Frazer. Ufrazer wodumo lwengoma ethi Hamba sathane nezinye eziningi, udlule emhlabeni ngesonto mhla ka 15…

Izosongwa ngegiya eliphezulu imidlalo ye Wise Group Mens Regional League kulempelasonto

By Thabani Sipho Chonco lena impela sonto enkulu ebholeni lezinyawo esigabeni i-Wise Group Mens Regional League ngaphansi koThukela Football Association njengoba kuzobe kuchonywa uphaphe legwalagwala ompetha balesigaba…

Kwethulwe imoto eneHhovisi lentsha elingumahamba nendlwana

By Nqubeko FM Kwethulwe ngokusemthethweni osukwini lwayizolo imoto engumahamba nendlwana enehhovisi phakathi elinama laptops kanye neData yamahhala ezosiza kakhulu abantu abasha abakhele isifunda UThukela District Municipality. Ongusomlomo…