Uthembisa lukhulu umgijimi waseMnambithi emva kokunqoba u21KM ngesonto

Spread the love

photo: Excel Running Club
Phakathi nendawo uZinhle Shabalala bese kuba uJenet Mbhele ophume isibili

UMgijimi waseMnambithi ePhayekeni uZinhle Shabalala uthi usebheke ukugijima kwiDurban International Marathon ngomhlaka 8 May. Ukusho lokhu ngemuva kokugila izimanga egijama eshiya abanye besifazane emjahweni iKZN Athletic Half Marathon Championship lapho abegijima u21KM eKings Park Athletic Stadium, lapho eqede kwindawo yokuqala enza u1:18:13 elandelwa uzakwabo kwi Xcel Running Club uJenet Mbhele yena owenze u-1:20:26

Related Posts

Isiphakamise ngokusemthethweni isicoco i-FC Drakensberg

Spread the love

Spread the love      By Thabani Sipho Chonco Kube yinjabulo yodwa kwi FC Drakensberg inqoba isicoco seWise Group Men’s Regional League ngaphansi kwe-UThukela Football Association. I-Drakensburg inqobe isicoco salesigaba…

Izosongwa ngegiya eliphezulu imidlalo ye Wise Group Mens Regional League kulempelasonto

Spread the love

Spread the love      By Thabani Sipho Chonco lena impela sonto enkulu ebholeni lezinyawo esigabeni i-Wise Group Mens Regional League ngaphansi koThukela Football Association njengoba kuzobe kuchonywa uphaphe legwalagwala…

Iphucwe iqatha emlonyeni iNatal Witness

Spread the love

Spread the love      By Thabani Sipho Chonco Ukhala engashayiwe umqeqeshi weNatal Witness uWandile Nkala ohola leliqembu eliyibamba kwi Wise group men’s Regional League ngaphansi kwe-UThukela Football Association, ezakhe…

Zizobe zibulalana ebholeni lezinyawo kulempelasonto eMnambithi

Spread the love

Spread the love      By Thabani Sipho Chonco Zizobe zibondiwe edolobheni laseMnambithi ezinkundleni ezahlukene nokuyi AG Magubane Stadium kanye neKandahar Stadium. e-AG Magubane Stadium kuzobe kunemidlalo emithathu kanti eKandahar…

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *