Umaspala uThukela uxwayisa ngobungozi njengoba imifula igcwele

Njengalokhu imvula ilokhu iyithele njalo eMnambithi nasezindaweni ezakhele uThukela, uMkhandlu uThukela usuxwayise umphakathi ngobungozi balesimo sezulu kanye nezikhukhula. Idolobha uMnambithi liphinde lakhahlamezeka futhi njengoba kunezikhukhula kanti nemvula…

Uthembisa lukhulu umgijimi waseMnambithi emva kokunqoba u21KM ngesonto

UMgijimi waseMnambithi ePhayekeni uZinhle Shabalala uthi usebheke ukugijima kwiDurban International Marathon ngomhlaka 8 May. Ukusho lokhu ngemuva kokugila izimanga egijama eshiya abanye besifazane emjahweni iKZN Athletic Half…